Tiktok:
youtube:
  • 68108
    Clasificación global
  • 1
    Clasificación de país / región
  • 813.31K
    Seguidores
  • 187
    Videos
  • 5.25M
    Gustos
  • Nuevos vídeos
    4
  • Nuevos seguidores
    12.6K
  • Nuevas vistas
    856.43K
  • Me gusta nuevos
    59.43K
  • Reseñas nuevas
    703
  • Compartir nuevo
    6.88K

Khayelihle The Poet  Tendencia de datos (30 dias)

Khayelihle The Poet Análisis estadístico (30 dias)

Khayelihle The Poet Videos calientes

Khayelihle The Poet
Ngiyazi ukuthi impilo Ayikho lula Kodwa nakulonyaka ngisazolwa Manje iskhathi sami nami sokphumelela ngiyakholwa Kulokhu Nakanjan amaphupho azofezeka Ngeke ithemba ngililahle Izwa ngami ntanga Lonyaka usiphathele okuhle Phezu kokuthi khona abasifungele sophumelela nje kahle Phela Asiphili ngabo labo kphela nje siphila nabo Lonyaka owami, izophendulwa yonke imkhuleko yami Kuyeke ukuthi esiphuma kiwo unyaka uphethe ngingenalutho Mnaka Kuyeke ukuthi uqale waze wayophela ngisakhala Ngehla ngenyuka ngfuna injabulo ebeyingphunyuka umayithola iskhala Kulokhu phakathi kwami noSizi kuneskhulu iskhala Inhlupheko kulonyaka odlule ibisala Mntasekhaya Ngphethe umkhuleko phela uwukhiya Manje iskhathi sethu,mzala …asithathe okungokwethu #newyear #motivation #Lifestyle #goodvibes
1.15M
76.44K
6.63%
110.44K
1.12K
15.44K
Khayelihle The Poet
Kodwa Nhliziyo yami ungidayiselani Kulabantu abangenathando ufunani Sebek’dlale kangaka ubona Ukubathanda awuyeki ngani SeBakulimazile bona ,nhliziyo bakuphulile. Manje ukuthi sihambe awuvumi.. leni Kodwa ngempela nhliziyo yami ungidayiselani Kulabantu abangakthandi kungani ubambelela Sebekuzwise ubuhlungu obungaka kungani ungafuni ukudedela Sengikhale kangaka wena kungani usakhetha ukuhlala Sebesinike iyzathu ezanele ukuthi sikhohlwe ukuthi uthando lwethu alubafanele..kungani usabanika ithuba Inhliziyo yami yaz uyangkhuba Kufike abanothando lweqiniso izolo wabaziba Kulokhu kufika abanothando lwamanga selokhu bakhona ngiyaktshela bayangkhuba uthi nginehaba Ave unenkani Kumbe uyongkholwa nini ukuthi abasoze bashitsha laba Ukuthi ubaxolele bengaxolisile angeke bay’yeka leyabo imikhuba Umuntu onenkinga ke ngempela uwena nhliziyo yami Ngiyazibuza ukuthi Kulabantu abangenathando ufunani Kulobuhlungu osifaka kubona njengoba ungakhuzeki siyokhishwa Ubani Lamanxeba ozidalela wona ayothungwa ngani ngempela ngempela nhliziyo yami ungidayiselani #heart #Love #broken #anime
722.9K
47.9K
6.63%
72.64K
878
8.46K
Khayelihle The Poet
Ave Kubuhlungu ukubayithemba lomzali ngapha izinto zingakulungeli empilweni Lapho Konke okuzamayo kuphelele endleleni akulungi lutho ngisho usuzibeka emkhulekweni Kuvele kubenzima kakhulu ke uma ithemba likphelela ungenakubika kubani , ooh mdali konke kubheke mina dladleni Uphelelwe amaqhinga okuhlanganisa khonapho obukphusha wumzali owakuphathisa , manje awusazi uzoybika Kanjani eyokuthi leyonto yakuhlula ngoba uzomjabhisa Ngiwumfanyana nje othunyiwe, ngisendleleni enzima ngiphethe amaphupho omzali ngizama ukuwafezekisa Kungphula umoya ukubona kokhe ebengifisa umzali ukumenzela khona ukukwenza ngingeke ngisakhona ,ngenxa yalobunzima obukhona Abantana basekhaya babheke kmina Ngakmina Akulungi lutho , engikzama ngezami izandla akuhlangani Angasazi ngikhale kubani Amandla asengphelele Ngifisa ukubeyela ekhaya kodwa kunzima ukubheka umzali ekhala, ngifisa ukubuyisa uBaba, ngifisa ukuduka nezwe ,ngifisa ukube angaizalwanga kulomhlaba #life #hard #motivation #pray #strong
318.87K
25.16K
7.89%
26.39K
350
2.62K
Khayelihle The Poet
Ebengikfisa ukungena onyakeni omusha usakhona ma Ebengikfuna ukuthula nenjabulo nhliziyo yima Ngiyaphupha . Ngsazophaphama akashonile uma Kusho mina ngiziduduza ngoba ukwamukela kunzima Kuyala noma ngizduduza ngakho ukuthi akuqali ngami ukushiywa abazali Ngiyafisa ukuthi ngeliny ilanga ngingakcabanga bese ngimamatheka ngingakhali Kepha Manje ngkhala imihla namalanga, kubuhlungu ukulibona liphuma lize liyoshona ilanga ngingalizwanga iphimbo lakho ma Ngiyazi ukuthi sonke kulomhlaba siphila ngemzimba ebolekiwe kungekdala siyahamba Kepha ngibona kwangathi ngawe sirojiwe Bekunani nje ukube Uthe kuyekwa amavikana ambalwa sithi ukuphila nawe iskhashana ngaphambi kokuthi ulandwe Ma…Uhambe ungavalelisanga Uhambe ukuba nawe ngingakdelanga Ebengikfisa ukungena onyakeni omusha usakhona ,,,ma #M#Mmom #rip #Peace #angel
315.5K
20.57K
6.52%
24.27K
293
2.27K
Khayelihle The Poet
Ngaze Ngasothandweni ngenhliziyo esezinhlungwini Ene Ngokumthanda ngiyathunukala Ngathi ngingakhala ngoba kungkhumbuza emuva ngilinyazwa yikho ukthanda nokuzinikela Kungikhumbuza engike ngamethemba ukuthi wangenzani sengimthanda ngalendlela ,Uzungixolele sthandwa sami, kungshayisa ngovalo ukukthanda ngizothini nje umawukuthi uyazidlalela Abantu engibathandile bangilimazile bangishiya nale nhliziyo egcwele IyBazi Ngakho ke Uzungixolele ukukthwesa amacala abantu ongabazi Mina la Ngisothandweni ngenhliziyo esezinhlungwini yazi Kuyahlupha ukungazi, bheka nje Sizthola sithandana nabantu abangasithandi ngoba abasithandayo singabazi Ngiyazi sthandwa akuwena owadala lezibazi futhi nokuthi obani awazi Ukuthi kungani bangenza kanjena nami angazi Ngkhumbula komunye ngilahlekelwa uwmina ngokumthanda Ngenza izinto engazithandi solokhu ngizama ukumbonisa ukuthi ngiyathanda ukumthanda Wangikhohlisa wathi akasoze ajike wangthembisa ukuthi akasoze angishiye Sukela lapho ngafunga ngathi kasophinde ngalibhada othandweni nginebhadi Ngizobe ngiyisilima umangizobuyela, impela ngangiziyenga nakhu ngawe ngiseLa Kepha ngisothandweni ngenhliziyo esezinhlungwini Ene Ngokumthanda ngiyathunukala Ngathi ngingakhala Akuvumi ngithule #Lost #Love #Hurt #brokenheart
302.29K
21.4K
7.08%
29.55K
402
3.2K
Khayelihle The Poet
Lenhliziyo ethanda labantu abadlala ngawe ifundise ukuthanda umnikazi kuqala 🙏15February aihlanganeni khona @coachrinkie
233.69K
17.74K
7.59%
22.45K
0
2.17K
Khayelihle The Poet
Nginenhliziyo ephukile angisafune kuzwa lutho ngothando Nginenhliziyo elimele noma ikthanda ayisafune kuthemba kwanto Phela ngangthanda ngibuye ngikwethembe manje igcine ingilimazile leyonto Namahlanje Ngiphila nenhliziyo ephukile angisakwazi ukuthanda ngithukile Ngifisa ukubuyisela iskhathi emuva lapho ABangilimazile ngingakabazi Ngisayphilela ubuhlungu Bothando ngingabazi Manje kunzima Uhlungu bokuthanda umuntu ongenandaba ngawe sengiyabazi Nhliziyo yami ungfakazi Ubekezelelele umsangano egameni lokuthi nisuka kude ngiyakwazi Ukuxolisq ungonanga enhliziweni nakho kunezako iybazi Mina Nginenhliziyo ephukile angisafune kuzwa lutho ngothando Nginenhliziyo elimele noma ikthanda ayisafune kuthemba kwanto #lov #Love #hurt #brokenheart
196.41K
15.14K
7.71%
18.94K
195
2.21K
Khayelihle The Poet
DeeCinta water bottle that cares. Eco-friendly water bottles just for you. The best water bottles made possible from company that cares. No harmful chemicals added. Drink with confidence. Sturdy and stylish. You are not sick you are Thirsty. #Summer
154.18K
11.81K
7.66%
13.82K
92
825
Khayelihle The Poet
Angikhoni ukuphila ngaphandle kwakho 💔😭
125.16K
8.27K
6.6%
14.6K
92
829
Khayelihle The Poet
IValentine isifikile 😂khona abazobanenhlanhla ,futhi khona ezobageja😂😂 @dio_Mkhize
74.59K
4.15K
5.56%
467
30
51
Khayelihle The Poet
Your support will mean a lot to me ♥️ngiyanithanda ke laKhaya elihle 🙌🏽
60.05K
2.41K
4.02%
4.59K
0
490
Khayelihle The Poet
#ad Umawenza okuthile ungalinge wenzele thina sizixakekele nathi UmaleVideo ikthole umatasa ngicela ubuye uzoybheka uma uthola iskhathi Mntase ,Kana nansi iTreatment etsha iTurkish Bath from DeeCinta health spa Ungathuki this is a well trusted and respected business mentored by University of Johannesburg And guess what , the Owner and founder is the one and only uDelphine Bhene ,aka DeeBhene Woza uzoyZwela I massage ikushiya emoyeni nasemzimben ukhululekile You know why . Its because We create a zone of peace Xhumana nathi manje #business #prom #promotion #advertising
36K
3.43K
9.52%
2.38K
28
83
Únase a nuestro grupo de Facebook TikTok Inspiration
¡Compartiremos los últimos videos creativos y podrá discutir cualquier pregunta que tenga con todos!
TiktokSpy from IXSPY
Herramientas digitales para influencers, agencias, anunciantes y marcas.
Compañía de terceros independiente, no el sitio web oficial de TikTok.
Copyright@2021 ixspy.com. All Rights Reserved